Awuphinde uzame - Sklwede

Sklwede - Awuphinde uzame

Posted by Anonymous on 14 September 2023 | Downloads: 117

Description/Lyrics

HOOK

Awuphinduzame
Mtakababa awuphinduzame *2

Uma uwa vuka
Uma uhluleka awuphinduzame *2

VERSE 1

Kusayikho ukuzama
Okwamanje akukho okutheni
Yikho ukufukuza noma sebetheni
Ngethemba lokuba sematheni
Mawushizila musa ukushalaza mawuhulaza
Ngoba ngeke udlamehlethu
Enzinto yakho
Nathi siqhatha usizi lwethu
Mhlampe uyaludinga nje nosizo lwethu
Don't be shy to ask syadingana
A smile is a musk ungathi sihappy
Hustling is a must akukhokunye

Hustle hard ungabi uskhotheni
Life is hard kodwa ungahlali ekhoneni
Kuke kube nzima uzibuze woneni
Keep your head up high
Keep grinding, keep walking on
Keep on uzoze ube on

HOOK

Awuphinduzame
Mtakababa awuphinduzame *2

Uma uwa vuka
Uma uhluleka awuphinduzame *2

VERSE 2

Mhlampe uwile
Mhlampe impilo imile
Mhlampe ususola abathile
Awuzibheke mhlampe ungenza okuthile
Bheka izindaba zakho mfowethu
Nathi sizixakekele ngan'yakwethu
Kodwa siyakhona asipheli moya
Siyogcina sfikile
We Maphama Sogcina Sfikile ebusweni
Noma izinkinga zisibhek'ebusweni
Kodwa ngelinye ilanga langa linye kulamalanga liyovela ilanga

Awuyibambe mfowethu
Uyibambe noma ishisa ngane yakwethu
Masucabanga ukuyeka khumbula uqaleleni
Khumbula easy come easy go
If you don't knock they won't open the door
Uzophumelela mfowethu
Noma singazi nini kodwa kuzohlangana mfowethu
Ungalilahli ithemba, awuphinduzame
Ungalilahli ithemba, awuphinduzame

HOOK

Awuphinduzame
Mtakababa awuphinduzame *2

Uma uwa vuka
Uma uhluleka awuphinduzame *2

Genres: Hip Hop/Rap